[ca_audio url=”http://static.ncfchurch.org.za/audio/insiderinfo/2012/TheCoach/InsiderInfo_timothy_wk4_leadership.mp3″ width=”500″ height=”27″ css_class=”codeart-google-mp3-player”]
For the 30th of October
Isibuyekezo Esisheshayo
Uma ukhumbula intshumayelo yangeSonto ikuphi okukusize kakhulu?
Indaba Yami
Ikhona yini into owake wayiphatha wazizwela uyisehluleki kuyona? Kwenzakalani?
Ikuphi okulandelayo ongakhetha ukuba yikho, ngani?
Ibhosi ephethe
Umsebenzi oqashwe ngokugcwele kuwo
Umholi wochungechunge lwamabhizinisi
Umholi osafumfusa kwezomnotho
Isekela likabasi ekuphatheni
Okunye
Ikuphi okujwayelekile ezweni kulokhu:
Ubuholi
Okumele umlandele
Indlela elandelwayo
Iziphi ezinye zezinto ezingezinhle ezixhumene nobuholi? Iyini imbangela yokunhlanhlatha kobuholi?
Ikuphi okubhekwa izwe kumuntu ongumholi? Chaza umholi ocabanga ukuthi ofanelekile kuwena ongamlandela?
Injula nokujiya
Kusho ukuthini ukuba ngumholi nokuba umlandeli?
Funda Matthew 20:25-28 and Philippians 2:3-8
Iyiphi indlela ubuholi obuchazwe ngayo kulamavesi eyehlukile neyasezweni?
UJesu ubuchaza, abuhlenge kanjani ubuholi?
Chaza ukuthi lamavesi asisiza kanjani ngendlela esihola ngayo:
Ekhaya
Emsebenzini
Emindenini
Ebandleni
Kungenzeka yini umuntu ahole ngendlela kaJesu? Uma kungenzeka, kanjani?
Sinjani isiphambano nokuzidela kukaJesu impilo yakhe ngenxa yethu kuyisibonelo esikhulu kanganani ngobuholi?